Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 39:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ihleka umsindo wedolobha, ingezwa ukumemeza komshayeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Iyawuhleka umsindo ovela emzini, ayikuzwa ukumemeza komshayeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uyadelela isixuku somuzi, akakunaki ukukhala komshayeli.

Gade chapit la Kopi




UJobe 39:7
9 Referans Kwoze  

Lapho iziboshwa ziyatabhaya kanyekanye; azizwa izwi labazicindezelayo.


Ngalokho hambani nisebenze, ngokuba aniyikuphiwa tshani, kepha isilinganiso sezitini niyakusiqeda.”


Bathi: ‘Sizileleni ukudla, ungaboni, na?’ ‘Sizihlupheleni izinhliziyo zethu, ungakwazi, na?’ “Bhekani, ngosuku lokuzila kwenu niyaqhuba umsebenzi, nicindezele zonke izisebenzi zenu.


Ngokuba usho kanje kimi uJehova, uthi: “Njengengonyama ebhongayo, ibhongo lengonyama phezu kwempango yalo, lapho abelusi abaningi belibizelwe, aliyikwesaba izwi labo, lingazithobi ngomsindo wabo, kanjalo uJehova Sebawoti uyakwehla ukuba alwe entabeni yaseSiyoni nasegqumeni layo.


Lapho indizela phezulu, ihleka amahhashi nabagibeli bawo.


engenza ihlane libe yindlu yayo, nezwe likasawoti libe yindawo yayo yokuhlala, na?


Okufunyanwa ezintabeni kuyidlelo layo: ifuna zonke izinto eziluhlaza.


Ungayibophela inyathi ngentambo emseleni, ibhuqe izigodi emva kwakho, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite