Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 39:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngolaka lwalo nangokufutheka kwalo liyagwinya umhlabathi; alimi ngokukhala kwecilongo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Ngendluzula nangolaka, ligabavula kakhulu, alivinjwa wukukhala kwecilongo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Udla umhlaba ngokufutheka nangokufutheka, futhi akakholwa ukuthi ukukhala kwecilongo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 39:24
10 Referans Kwoze  

Kepha bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: “Ninakho ukudla lapha na?”


Kungabethwa icilongo emzini, bangesabi abantu, na? Umuzi ungehlelwa ngokubi, engakwenzamga uJehova, na?


Zibilini zami, zibilini zami, nginobuhlungu enhliziyweni yami; inhliziyo yami ikhala phakathi kwami, anginakuthula, ngokuba ulizwile, mphefumulo wami, izwi lecilongo, ukuhlatshwa komkhosi wempi.


Uyakutshelwa ukuthi ngiyakhuluma na? Ukhona yini oshoyo ukuthi makabhubhe na?


Ngabahleka bengenakukholwa; ukukhanya kobuso bami kabakufiphazanga.


Uma bengimbizile abesengiphendula, bengingayikukholwa nokho ukuthi ubekile indlebe ezwini lami.


Isambo siyalikhehlezela nomkhonto okhazimulayo, nengcula.


Ekuzwakaleni kwecilongo lithi: ‘Nakho-ke;’ lihogela ukulwa kusekude, nendumo yezinduna nokumemeza kwazo.


Ngaqaphela, ngezwa; abakhulumanga kahle; akakho ozisola ngobubi bakhe, ethi: “Ngenzeni na?” Bonke baphendukela emisebenzini yabo njengamahhashi aphulukundlela empini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite