Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 39:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Uyazi yini isikhathi sokuzala kwamagogo, uqaphela ukuzala kwezindluzelekazi, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 “Uyasazi yini isikhathi sokuzala kwezimbuzi zezintaba na? Uke ukuqaphele yini ukuzala kwezindluzelekazi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Uyasazi yini isikhathi lapho izimbuzi zasendle zizala khona na? noma ungakwazi ukumaka lapho indluzelekazi ithola amathole?

Gade chapit la Kopi




UJobe 39:1
6 Referans Kwoze  

Izintaba eziphakemeyo ngezezimbuzi zasendle; amawa ayisiphephelo sezimbila.


Izwi likaJehova liphunzisa izimbabala; lihluba amahlathi; nasethempelini lakhe konke kuthi: “Udumo!”


USawule wayesethatha abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba ukumfuna uDavide nabantu bakhe emaDwaleni amaGogo.


Yebo, nendluzele izalela endle, ilishiye izinyane, ngokuba utshani abukho.


nendluzele, nensephe, nenxala, nempala, nempalampala, newula, negogo.


Ungazibala izinyanga eziziqedayo, uyasazi isikhathi ezizala ngaso, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite