Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 lapho ngabeka amafu aba yisambatho salo, nesigayegaye saba yimbeleko yalo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 ngesikhathi ngibeka amafu eba yisembatho salo, nesigayegaye siba yimbeleko yalo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Lapho ngenza ifu libe yingubo yakhe, nobumnyama baba yindwangu yakhe;

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:9
4 Referans Kwoze  

Umhlaba wawuyihlane elingenalutho; kwakungubumnyama phezu kotwa, kepha uMoya kaNkulunkulu wehla wenyuka phezu kwamanzi.


“Ngubani owavalela ulwandle ngezicabha, lapha lwabhoboka kungathi lwaphuma esiswini,


nalapho ngalumisela umncele wami, ngamisa imigoqo nezicabha,


Ngubani owenyukele ezulwini, wabuye wehla na? Ngubani oqoqele umoya ezandleni zakhe na? Ngubani obophile amanzi engutsheni yakhe na? Ngubani omisile yonke imikhawulo yomhlaba na? Ngubani igama lakhe, ngubani igama lendodana yakhe, uma ulazi, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite