Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Wake wangena emithonjeni yolwandle, wahamba phansi otweni, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Wake wangena emithonjeni yolwandle, wahamba phansi ezinzulwini zalo na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Usungene emithonjeni yolwandle na? noma uke wahamba ukufuna otwa na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:16
9 Referans Kwoze  

Lungakabikho utwa ngazalwa, ingakabikho imithombo egcwele amanzi.


Indlela yakho yayiselwandle, nomendo wakho wawusemanzini amaningi, kodwa izinyathelo zakho zazingaziwa.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakumela indaba yakho, ngikuphindisele, ngishise ulwandle lwalo, ngomise umthombo walo.


ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuhamba kukaNowa ngenyanga yesibili ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku imithombo yonke yotwa yabhoboka, namafasitele asezulwini avuleka.


Imithombo yotwa namafasitele asezulwini kwavinjwa, imvula yasezulwini yaphela.


oweneka izulu yedwa, ahambe emazeni olwandle;


Lapho enza ukuba isibhakabhaka phezulu siqine, nemithombo yotwa iphuphume ngamandla,


Wenza umgudu ukhazimule emva kwakhe; kungathi utwa lungwevu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite