Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Emihleni yakho uyalile ukusa, wazisa umthende wokusa indawo yawo

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Selokhu waba khona, sewake wakuyala yini ukusa, wenza intathakusa iyazi indawo yayo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uyalile yini ikusasa kusukela ezinsukwini zakho; nokusa kwazisa indawo yakhe;

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:12
14 Referans Kwoze  

Usuku ngolwakho, nobusuku ngobakho; nguwena owenza ukukhanya nelanga.


ngokuba thina singabezolo nje, asinalwazi, lokhu imihla yethu emhlabeni iyithunzi;


UNkulunkulu wabiza ukukhanya ngokuthi imini; ubumnyama wabubiza ngokuthi ubusuku. Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lokuqala.


Sesinalo izwi lesiprofetho eliqinisekile kakhulu, enenza kahle ukuliqaphela kungathi liyisibani esikhanyayo endaweni emnyama kuze kuse, ikhwezi liphumele ezinhliziyweni zenu,


ngemisesane yesihawu sikaNkulunkulu wethu esizakuhanjelwa ngayo ngukusa kwaphezulu,


Angithi uyakwazi, ngokuba wawusuzelwe, nomumo wemihla yakho mkhulu, na?


Wawukuphi, lapho ngasekela umhlaba, na? Ngitshele, uma ukwazi ukuqonda.


Ungumuntu wokuqala owazalwayo na? Wavela ngaphambi kwezintaba na?


ngathi: ‘Uyakufika lapha, kepha ungadluli; lapha amaza akho aziqhenyayo ayakumiswa,’ na?


ukuba ubambe amagumbi omhlaba, ababi bathintithwe kuwo, na?


nimfune owenza isiLimela neMpambano, ophendula ithunzi lokufa libe ngukusa, ayenze imini ibe mnyama njengobusuku, obiza amanzi olwandle, awathululele ebusweni bomhlaba nguJehova igama lakhe


Bafohla izindlu sekumnyama; emini bayazivalela; ukukhanya abakwazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite