Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 37:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Emva kwalo kuduma izwi; uduma ngezwi lobukhosi bakhe; kalumisi unyazi, lapho lizwakala izwi lakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Emveni kwalokho izwi lakhe liyaduma, uyaduma ngezwi lakhe lobukhosi, akalunqandi unyazi uma kuzwakala izwi lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwasekubhonga ilizwi; uyaduma ngezwi lobukhosi bakhe; futhi ngeke abavimbe uma izwi lakhe lizwakala.

Gade chapit la Kopi




UJobe 37:4
12 Referans Kwoze  

yona ekhwela phezu kwamazulu ezulu asendulo; bhekani, iyezwakalisa izwi layo, izwi elinamandla.


“Akakho ofana noNkulunkulu, Jeshuruni, okhwela izulu ukuyokusiza, nomkhathi ngokuphakama kwakhe.


Bheka, lokhu kungamaphethelo nje ezindlela zakhe, izwi lokunyenyeza nje elizwakalayo ngaye; indumo yamandla akhe, ngubani obeyakuyiqonda na?”


Yizwani, nizwe indumo yezwi lakhe, nemvunge ephuma emlonyeni wakhe.


Uyakukhipha phansi kwalo lonke izulu, nonyazi lwakhe luya emagumbini omhlaba.


UNkulunkulu uyaduma ngezwi lakhe ngokumangalisayo; wenza izinto ezinkulu esingaziqondi.


lapho enzela imvula isimiso, nonyazi lokuduma indlela,


Unengalo njengoNkulunkulu, ungaduma ngezwi elinjengelakhe, na?


Wathuma imicibisholo yakhe, wabangquzula, nemibani eminingi, wabadidizelisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite