Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 37:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ayajika, aphenduke njengokunquma kwakhe ukuba enze konke awayalayo ebusweni bomhlaba owakhiweyo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 ayazungeza, ajikeleze njengalokhu ewaqondisa, ukuze akufeze konke awayale khona ebusweni bomhlaba,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Futhi iphendulwa ngeseluleko sakhe, ukuze benze konke abayala ngakho ebusweni bomhlaba emhlabeni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 37:12
13 Referans Kwoze  

nawe mlilo nesichotho, liqhwa nenkwezane, nawe siphepho esenza okwezwi lakhe,


Banamandla laba okuvala izulu ukuba lingani ngezinsuku zokuprofetha kwabo, futhi banamandla phezu kwamanzi okuwaphendula igazi nawokushaya umhlaba ngezinhlupho zonke, noma kungaba kangaki ngokuthanda kwabo.


“Futhi ngagodla kini imvula, kusasele izinyanga ezintathu ukuba kuvunwe, ngalinisa phezu komunye umuzi, komunye umuzi angilinisanga; esinye isiqephu saniselwa, nesiqephu esinganiselwanga sasha.


Jabulani, bantwana baseSiyoni, nithokoze kuJehova uNkulunkulu wenu, ngokuba uninika imvula yokuqala ngokulunga, unehlisela imvula, eyokuqala neyamuva, njengasekuqaleni.


Kukhona yini phakathi kwawonkulunkulu babezizwe abayize onganisa imvula? Amazulu angaletha izihlambi na? Akusuwe Jehova esiyakukuhlalela na? Ngokuba wena wenzile konke lokhu.


Jehova, yeka ubuningi bemisebenzi yakho; yonke uyenzile ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele izidalwa zakho.


Uyasibekela izandla zakhe ngokukhanya, akuyale ukuba kushaye isigcibisholo.


Uyakukhipha phansi kwalo lonke izulu, nonyazi lwakhe luya emagumbini omhlaba.


Uyathumela umyalo wakhe emhlabeni; izwi lakhe ligijima ngejubane elikhulu.


Lungiselani abantwana bakhe ukubulawa ngobubi bawoyise, ukuze bangavuki, badle ifa lomhlaba, bagcwalise ubuso bezwe ngemizi.”


Ngezinsuku ezizayo uJakobe uyakugxila, u-Israyeli akhahlele, aqhakaze, bagcwalise ubuso bomhlaba ngezithelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite