Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 uyababonisa izenzo zabo neziphambeko zabo zokuthi baziphakamisile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 lapho uyababonisa izenzo zabo neziphambeko zabo ukuthi baziphakamisile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngemva kwalokho Ubabonisa umsebenzi wabo neziphambeko zabo ukuthi baphambukile.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:9
16 Referans Kwoze  

Kepha nxa sahlulelwa, siyalaywa yiNkosi, ukuze singalahlwa kanye nezwe.


ngokuba waselulela isandla sakhe kuNkulunkulu, wazigabisa kuSomandla.


Likholekile leli zwi, lifanele impela ukwamukelwa ukuthi uKristu Jesu weza ezweni ukusindisa izoni, engingesikhulu kuzo;


Kepha umthetho wangena ukuba isiphambeko sande; kodwa lapho kwavama khona isono, umusa wavama kakhulukazi,


Ngokuba iziphambeko zethu zandile phambi kwakho, nezono zethu ziyafakaza ngathi; ngokuba iziphambeko zethu zikithi, nokona kwethu siyakwazi:


Kwangilungela ukuba ngihlushwe, ukuze ngifunde izimiso zakho.


Ngingakahlupheki ngaduka, kepha manje sengiyaligcina izwi lakho.


Jehova, ubusisiwe lowo muntu omyalayo, omfundisayo ngomthetho wakho,


Balahle ngecala, Nkulunkulu. Mabawe ngenxa yamacebo abo, ubawise ngobuningi beziphambeko zabo, ngokuba bahlubukile kuwe.


Ngiyakusho kuNkulunkulu ukuthi: ‘Ungangilahli; ngazise ukuthi uphikisanelani nami na?


UMose wayesethatha imali yokuhlenga kulabo abadlula abahlengiwe ngamaLevi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite