Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Akenzi ukuba omubi aphile, kepha abampofu uyabanika ukwahlulelwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Akazigcini izigilamkhuba ziphila, kepha abahluphekayo ubenzela ubulungiswa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Akagcini ukuphila kwababi, kepha unika abampofu ubulungisa.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:6
21 Referans Kwoze  

Ngiyazi ukuthi uJehova uyakumela udaba lohluphekayo nokufaneleyo kwabampofu.


Uyasindisa enkembeni yemilomo yabo, yebo, abampofu esandleni sonamandla.


iNkosi iyakwazi ukuhlangulisa ekulingweni abamesabayo uNkulunkulu, kepha abangalungile iyabagcinela usuku lokwahlulelwa, bajeziswe,


Kepha uyakwahlulela abampofu ngokulunga, anqume ngokufaneleyo abathobileyo bomhlaba, awushaye umhlaba ngentonga yomlomo wakhe, abulale ababi ngokuphefumula kwezindebe zakhe.


Izakubahlulela abahluphekileyo kubantu, isindise abantwana babampofu, imphohloze onokhahlo.


Wena Nkulunkulu uyakubaphonsa egodini lokubhubhisa; abantu begazi nenkohliso abayikufinyelela nasenxenyeni yezinsuku zabo; kepha mina ngizakwethemba wena.


Ngokuba yena ophindisela igazi uyabakhumbula abahluphekayo; akakhohlwa ukukhala kwabo.


bokuthi omubi ugodlelwa usuku lokubhujiswa nokuthi bayamukiswa ngosuku lwentukuthelo, na?


Abakuzondayo bayakwembeswa amahloni; itende lababi aliyobe lisabakho.”


Ake ukhumbule ukuthi ngubani owake wachithwa engenacala na? Babhujiswaphi abalungileyo na?


Uyabashaya njengababi endaweni lapho bebonwa khona,


ukuba ubambe amagumbi omhlaba, ababi bathintithwe kuwo, na?


Impela abalungileyo bayakubonga igama lakho; abaqotho bayakuhlala ebusweni bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite