Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Ngihlalele kancane, ngiyakukubonisa, ngokuba ngisenamazwi okummela uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Ngibekezelele kancane, ngizokukhombisa, ngokuba ngisenamazwi okumela uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngibekezeleleni kancane, futhi ngizonikhombisa ukuthi ngisamkhulumela uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:2
11 Referans Kwoze  

Ngakho singamanxusa kaKristu ngokungathi uNkulunkulu unxusa ngathi; siyanincenga esikhundleni sikaKristu, sithi: “Buyisanani noNkulunkulu.”


Ngivumeleni ukuba nami ngikhulume; nalapho sengikhulumile, klolodani.


Ngiyaniyala, bazalwane, lamukeleni kahle izwi lokuyala, ngokuba nginilobele ngokufushane.


Uyakukhuluma amazwi ami kubo, noma bezwa noma benganaki, ngokuba bangabahlubuki.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Uma ubuya, ngiyakukubuyisa, ume phambi kwami; uma ukhipha okuyigugu kokungamanyala, uyakuba ngumlomo wami; laba bayakubuyela kuwe, kepha wena awuyikubuyela kubo.


Bheka, nginjengawe maqondana noNkulunkulu: ngibunjiwe nami ngebumba.


Uyakukukhulumela kubantu, abe ngumlomo kuwe, wena ube njengoNkulunkulu kuye.


U-Elihu waqhubeka wathi:


Ngiyakulanda kude ulwazi lwami, nginike uMenzi wami ukulunga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite