Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Yebo, nga ekuvusa ukuba uphume emlonyeni wosizi, uye endaweni ebanzi, lapho kungekho kunyinyeka khona, kunone okubekwa etafuleni lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Impela uyakukukhulula osizini, akubeke endaweni ebanzi, lapho kungekho ukunyinyeka khona, kubekwe okunonile etafuleni lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kanjalo ubeyakunisusa ekubandezelekeni, akuyise endaweni ebanzi lapho kungekho khona usizi; okubekwe phezu kwetafula lakho kuyakugcwala amanoni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:16
16 Referans Kwoze  

Ulungisa itafula phambi kwami ebusweni bezitha zami; ugcoba ikhanda lami ngamafutha; indebe yami iyachichima.


Engcingweni yami ngakhuleka kuJehova, uJehova wangiphendula endaweni ebanzi.


UJehova Sebawoti uyakwenzela abantu bonke idili lokukhulupheleyo kule ntaba, idili lewayini elinenhlese, okukhulupheleyo okunomnkantsha, iwayini elinenhlese elicwengekileyo.


Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakudumisa ngezindebe ezethabayo.


awunginikelanga esandleni sesitha, wazimisa izinyawo zami endaweni ebanzi.


Wangiphumisela endaweni ebanzi; wangikhulula, ngokuba ebethokoza ngami.


Bayakusutha ngamanoni endlu yakho, ubaphuzise okomfula wokuthokoza kwakho.


“Ngalokho bhekani, ngiyakumyenga, ngimyise ehlane, ngimqunge isibindi.


Niyichithelani imali kukho okungesiso isinkwa, nenzuzo yenu kukho okunganelisiyo, na? Ngilaleleni nokungilalela, nidle okuhle, umphefumulo wenu ujabule ngamanoni.


Uvalile indlela yami ukuze ngingabi nakudlula; ubeka ubumnyama emikhondweni yami.


“Bheka, ubusisiwe lowo muntu uNkulunkulu amlayayo; ngalokho ungadeleli ukukhuzwa nguSomandla.


Zincane yini kuwe izinduduzo zikaNkulunkulu, nezwi elikhulunywa kahle kuwe na?


UJehova wangivuza ngokokulunga kwami; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami.


Nxa ngikukhumbula ecansini lami, ngizindla ngawe emilindweni yasebusuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite