Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha uma bengalaleli, bayakuphela ngenkemba, bafe bengenalwazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kepha uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba, bafe bengenalwazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kodwa uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba futhi bafe bengenalwazi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:12
13 Referans Kwoze  

Intambo yetende labo ayisishulwa yini phakathi kwabo, bafe bengazelele, na?’


Maye komubi! Kuyakuba kubi kuye, ngokuba uyakubuyiselwa izenzo zezandla zakhe.


kepha uma nala, nihlubuka, niyakudliwa yinkemba,” ngokuba umlomo kaJehova ukhulumile.


Akethembi ukuthi uyakubuya ebumnyameni; uyalindelwa yinkemba.


“Abangesabi ngenhliziyo baqongelela ulaka; abakhali lapho ebabopha.


Uyakufa yena ngokuswela ukulaywa, nangobuningi bobuwula bakhe uyakuduka.


Kodwa uma nisenza okubi, niyakubhubha nina nenkosi yenu.”


unqanda umphefumulo wakhe ekubhujisweni, nokuphila kwakhe ukuba kungachithwa ngomkhonto.


Abahlohlolozani omunye nomunye; bahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe; baziphonsa phakathi kwezikhali, abakhawuli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite