Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 ohamba ngokwazana nabenza okubi, ahambisane nabantu ababi, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 ohamba engumshungu nezikhohlakali, ahambe nababi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 abahamba nabenzi bokubi, bahambe nababi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:8
14 Referans Kwoze  

Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali enkundleni yabaklolodayo,


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyakushoshozelwa yizo.


Uma ubona isela, uvumelana nalo; neziphingi uhlanganyela nazo.


Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu.


ukuze wophulwe endleleni yobubi nakubantu abakhuluma okuphambeneyo,


ndodana yami, ungahambi nazo endleleni, unqande unyawo lwakho emikhondweni yazo,


Ungangeni emkhondweni wababi, ungahambi endleleni yabonakeleyo.


Uyakugcina indlela yamandulo eyahanjwa yizoni na?


Ngokuba ububi bakho buyafundisa umlomo wakho; ukhetha ulimi lwabanobuqili.


Ukugavuza kwakho kuthulisa abantu na? Nalapho ukloloda, akakho ongakuhlaza na?


Kepha wathi kuye: “Ukhuluma njengalokhu owesifazane oyisiwula ekhuluma. Siyakwamukela okuhle kuphela kuNkulunkulu, singamukeli nokubi, na?” Kukho konke lokho uJobe akonanga ngomlomo wakhe.


Ngokuba uthi: ‘Akunalusizo kumuntu ukuba azane noNkulunkulu.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite