Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba indlebe iyavivinya amazwi, njengokuba ulwanga luzwa ukudla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngokuba indlebe iyawahlunga amazwi, njengalokhu ulwanga lunambitha ukudla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngoba indlebe iyahlola amazwi, njengomlomo unambitha ukudla.

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:3
8 Referans Kwoze  

Indlebe ayivivinyi yini amazwi, njengolwanga lunambitha ukudla, na?


Kepha ongowomoya ubonisisa konke, kodwa yena kabonisiswa muntu.


Kepha ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, abathi ngokujwayela ukuwusebenzisa umqondo, sebenawo osulungele ukwahlukanisa okuhle nokubi.


Bheka-ke, sengivula umlomo wami; ulimi lwami lukhuluma emlonyeni wami.


kepha angivumelanga ulimi lwami ukuba lone ngokucela ukuphila kwakhe ngesifungo


Kukhona ukungalungi olimini lwami yini, ulwanga lwami alunakuqonda okubi na?


“Yizwani amazwi ami, nina zihlakaniphi, nibeke indlebe kimi nina zazi.


Masizikhethele okulungileyo, sazi phakathi kwethu okuhle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite