Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngokuba akadingi ukuba abelokhu ebheka umuntu ukuba aye kuNkulunkulu ukwahlulelwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Ngokuba uNkulunkulu akadingi ukuba amphenyisise umuntu ukuze eze phambi kwakhe ekwehlulelweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngoba kayikuqamba amanga phezu komuntu; ukuze angene ekwahluleleni noNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:23
14 Referans Kwoze  

O, wena muntu! Ungubani-ke wena ophikisana noNkulunkulu na? Okubunjiweyo kungasho yini kowakubumbayo ukuthi: “Wangenzelani ngaba njena na?”


Wena Jehova ulungile; izahlulelo zakho ziqotho.


“Ngasemva kwakho konke okufike phezu kwethu ngenxa yezenzo zethu ezimbi, nangecala lethu elikhulu, nangokuba wena Nkulunkulu wethu awusijezisanga ngokufanele izono zethu, wasinika isigaba sabasindileyo njengalesi,


Usho kanje uJehova, uthi: “Ububi buni oyihlo ababufumene kimi, baze badeda kude nami, balandela okuyize, baba yize, na?


Umhlanga ofecekileyo akayikuwaphula, umongo othunqayo akayikuwucima; uyakukhipha ukwahlulela ngeqiniso.


Lapho olungileyo ubeyakuphikisana naye, mina ngikhululwe kumahluleli wami kuze kube phakade.


ukuba amphikele umuntu kuNkulunkulu nendodana yomuntu kumakhelwane wayo.


Ngokuba uyabazi abantu ababi; lapho ebona ukona, akayikukunaka na?


akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha, ngokuba ukuqonda kwakhe kuninginingi, uze wazi ukuthi uNkulunkulu, ukuba kube kuhle kuwe, wenza ukuba ikhohlakale inxenye yecala lakho.


Uyaphahlaza abanamandla, kungahlolwanga, amise abanye ezikhundleni zabo.


Uma efuna ukuthetha amacala naye, angemphendule nakwelilodwa kwayinkulungwane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite