Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 inyama yonke ibiyakufa kanyekanye, umuntu abuyele othulini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 bonke abantu bayakufa kanyekanye, umuntu abuyele othulini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Yonke inyama iyobhubha kanyekanye, futhi umuntu uyobuyela othulini.

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:15
12 Referans Kwoze  

Ngesithukuthuku sobuso bakho uyakudla isinkwa sakho, uze ubuyele emhlabathini, lokhu wathathwa kuwo; ngokuba ungumhlabathi, uyakuphenduka umhlabathi.”


uthuli lubuyele emhlabathini, njengokuba lwalunjalo, umoya ubuyele kuNkulunkulu owawunikayo.


Ngokuba angiyikulwa kuze kube phakade, angiyikuthukuthela njalonjalo, ngokuba umoya ubuyakuphela phambi kwami, leyo miphefumulo engiyenzileyo.


Ukufutheka akukho kimi; sengathi kungaba khona amakhakhasi nameva! Bengiyakuwasukela ngokulwa, ngiwashise kanyekanye,


Ngokuba ngiyazi ukuthi ungiyisa ekufeni nasendlini yokubuthana kwabaphilayo bonke.


Ake ukhumbule ukuthi ungenzile njengebumba; pho, uyakungibuyisela othulini na?


Ukuphela kunye nje; ngalokho ngithi: ‘Uyaqeda ongenasici kanye nomubi.’


Inyama yonke eyayihamba emhlabeni yafa, izinyoni, nezinkomo, nezilo, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, nabantu bonke;


Ngokuba simelwe ukufa, sinjengamanzi achithwa emhlabathini, angenakuqoqwa futhi; uNkulunkulu akasusi ukuphila, kepha uqamba amasu ukuba oxoshiweyo angabi ngumxoshwa kuye.


“Uma unengqondo, yizwa lokhu, ulalele izwi lokukhuluma kwami.


Uyasitheza ubuso bakho, zethuke; uyasusa umphefumulo wazo, zife, zibuyele othulini lwazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite