Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uma ukwazi, ngiphendule; zihlele phambi kwami, ume.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngiphendule, uma ukwazi, hlela amazwi akho phambi kwami, ume ubhekane nami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma ukwazi ukungiphendula, hlela amazwi akho phambi kwami, usukume.

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:5
9 Referans Kwoze  

Kepha uPetru wamvusa wathi: “Sukuma, nami ngingumuntu nje.”


Lokho ukwenzile, ngathula; ushaye sengathi nginjengawe; ngizakukulaya, ngikubeke phambi kwamehlo akho.


Akahlelelanga mina amazwi akhe; angiyikumphendula ngezinkulumo zenu.


Nganilalela nina; bhekani, kwakungekho noyedwa owamahlula uJobe nowaphendula amazwi akhe phakathi kwenu.


Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe.


Bhekani-ke, sengilungisile ukwahlulelwa kwami; ngiyazi ukuthi ngiyakuthethwa mina.


UJehova wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kusasa, ume phambi kukaFaro; bheka, uyaphuma ukuya emanzini; thana kuye: ‘UJehova usho kanje, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe bangikhonze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite