Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Umoya kaNkulunkulu ungenzile, nokuphefumula kukaSomandla kunginika ukuphila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 UMoya kaNkulunkulu ungenzile, nokuphefumula kukaSomandla kunginika ukuphila.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UMoya kaNkulunkulu wangenza, lokuphefumula kukaSomandla kwangiphilisa.

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:4
11 Referans Kwoze  

Nokho kukhona umoya kumuntu; ukuphefumula kukaSomandla kuyabaqondisa.


UJehova uNkulunkulu wambumba umuntu ngomhlabathi, waphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; kanjalo umuntu waba umphefumulo ophilayo.


kusekhona ukuphefumula kimi, nomoya kaNkulunkulu usemakhaleni ami,


Kanjalo futhi kulotshiwe ukuthi umuntu wokuqala u-Adamu waba ngumphefumulo ophilayo; u-Adamu wokugcina waba ngumoya ophilisayo.


Ungenzele ukuphila nomusa; ukungihambela kwakho kulondile umoya wami.


Ngezwi likaJehova izulu lenziwa, namabandla onke ngomoya womlomo wakhe.


Ngokuba umthetho kaMoya wokuphila okuKristu Jesu ungikhululile emthethweni wesono nowokufa.


Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, ukhanye phezu kwamasu ababi, na?


Esandleni sakhe ukhona umphefumulo wakho konke okuphilayo, nomoya wenyama yabantu bonke.


Uyathumela umoya wakho, zidalwe; wenza bube busha ubuso bomhlaba.


Usho kanje uNkulunkulu uJehova owadala izulu, waleneka, nowawendlala umhlaba nokuvela kuwo, nowanika abantu abakuwo ukuphefumula nomoya kwabahamba kuwo, uthi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite