Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho; okwaziwa yizindebe zami ziyakukhuluma ngesiminya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Amazwi ami aveza ubuqotho benhliziyo yami, lokho izindebe zami ezikwaziyo, zikukhuluma ngeqiniso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:3
15 Referans Kwoze  

izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhipha inkohliso.


Kukhona igolide namarubi* amaningi, kepha ukwazi kwezindebe kuyigugu elinqabileyo.


Izindebe zabahlakaniphileyo ziyasakaza ukwazi, kepha izinhliziyo zeziwula azinjalo.


Ulimi lwabahlakaniphileyo luveza kahle ukwazi, kepha umlomo weziwula uphafuza ubuwula.


“Ngubani lo owenza mnyama isiluleko ngamazwi angenalwazi na?


“Ohlakaniphileyo uyakuphendula ngokwazi okungumoya nje, agcwalise isisu ngomoya wasempumalanga, na?


Manje, qalani ukungibuka; kuyakuba sobala, uma ngiqamba amanga.


Bheka-ke, sengivula umlomo wami; ulimi lwami lukhuluma emlonyeni wami.


Mangingakhethi ubuso bamuntu, ngingathophi nobani.


Ngokuba angikwazi ukuthopha; uma kunjalo, uMenzi wami angangisusa masinyane.


Ngokuba ngiyaninika izifundiso ezinhle; ningawushiyi umthetho wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite