Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Inyama yakhe iyadliwa, ingabe isabonwa; amathambo akhe akade engabonakali aseqhamukile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Umzimba wakhe uyancunzeka, uphele emehlweni, amathambo akhe akade engabonakali ahlale obala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Inyama yakhe iyadliwa, ukuze ingabonakali; nemilenze yakhe eyayingabonakali iphumele ngaphandle.

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:21
11 Referans Kwoze  

Amathambo ami anamathela esikhumbeni sami nasenyameni yami; ngisinde ngokulambisa kuphela.


uze ububule ekugcineni, lapho umzimba wakho nenyama yakho kuqediwe,


Nxa ulaya umuntu ngesijeziso ngenxa yeziphambeko, ubuhle bakhe ubenza buphele njengenundu; yilowo nalowo muntu ungumoya nje. Sela*


Ungicindezele, kungubufakazi; ukonda kwami kuyangivukela, kufakaze ebusweni bami.


Inyama yakhe iyezwa ubuhlungu bayo kuphela; umphefumulo wakhe uzidabukela wona kuphela.”


Uyamsukela kuze kube phakade, amuke; uyaguqula ubuso bakhe, ummukise.


noma nginyamalala njengokubolayo, njengengubo edliwe yizinundu.


Inyama yami yembesiwe izimpethu namagade othuli; isikhumba sami siyaphola, sibuye sibhicike.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite