Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Uyajeziswa ngobuhlungu nasecansini lakhe, nangokulwa okungapheliyo emathanjeni akhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Uyajeziswa ngobuhlungu esecansini lakhe, nangokunkenketha okungapheliyo emathanjeni akhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uyajeziswa ngobuhlungu embhedeni wakhe, nobuningi bamathambo akhe ngobuhlungu obunamandla;

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:19
18 Referans Kwoze  

Ebusuku amathambo ami ayabhotshozwa, asuke kimi; ubuhlungu obungigedlayo abuphumuli.


Kepha nxa sahlulelwa, siyalaywa yiNkosi, ukuze singalahlwa kanye nezwe.


Kwangilungela ukuba ngihlushwe, ukuze ngifunde izimiso zakho.


“Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibalaye; ngakho-ke shisekela uphenduke.


Ngakho ububi bukaJakobe buyakuhlangulwa ngalokhu, lokhu kube yisithelo sonke sokususa isono sakhe, lapho enza ukuba onke amatshe e-altare avithizeke njengamatshe omcako, kungabe kusamiswa o-Ashera* nama-altare empepho.


Ngingakahlupheki ngaduka, kepha manje sengiyaligcina izwi lakho.


Jehova, ubusisiwe lowo muntu omyalayo, omfundisayo ngomthetho wakho,


Amathambo akhe agcwele ubusha, kepha buyakulala phansi kanye naye othulini.


Lapho ngilala phansi, ngisho ngithi: ‘Ngingavuka nini,’ ngokuba ubusuku bude; ngigcwele ukubinyabinyeka kuze kuse.


Ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye wokubusa kwakhe u-Asa waba nesifo ezinyaweni zakhe; isifo sakhe sasinzima kakhulu; kepha akafunanga uJehova esifweni sakhe, izinyanga zodwa.


U-Asa wacunuka ngomboni, wamfaka endlini yezitokisi,* ngokuba wamfutha ngenxa yale nto. U-Asa wabadlova nabathile babantu ngaleso sikhathi.


Wokwazi enhliziyweni yakho ukuthi njengalokhu umuntu elaya indodana yakhe, kanjalo uJehova uNkulunkulu wakho uyakulaya wena.


ngokuba ngahlushwa usuku lonke; kwasa ngijeziswa.


Ngaphula imihlathi yowonayo, ngahlwitha impango emazinyweni akhe.


ngokuba kukhona isikhathi nokwahlulela ezindabeni zonke; nokho ububi bomuntu bukhulu phezu kwakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite