Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngokuba uNkulunkulu ukhuluma kanye, yebo, nakabili, umuntu engakunaki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Empeleni, uNkulunkulu ukhuluma ngendlela eyodwa, noma ezimbili, nokho umuntu akakunaki lokho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngokuba uNkulunkulu ukhuluma kanye, yebo, nakabili, kepha umuntu akakuboni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:14
15 Referans Kwoze  

Ngokuba ngibizile, nala nina; ngelula isandla sami, akubangakho onakayo;


UJehova wakhuluma kuManase nakubantu bakhe, kepha kabalalelanga.


UNkulunkulu ukhulumile kanye, ngikuzwe kabili ukuthi amandla angakaNkulunkulu.


Wayesethi kubo: “O nina eningaqondiyo nenilibele enhliziyweni ukukholwa yikho konke abakushilo abaprofethi!


“Bhekani, konke lokhu uNkulunkulu uyakwenza kabili, yebo, kathathu kumuntu


Ukwahlulela kuyilokhu ukuba ukukhanya kufikile ezweni, kepha abantu bathanda ubumnyama kunokukhanya, ngokuba imisebenzi yabo ibimibi.


Kugcwaliseka kubo isiprofetho sika-Isaya sokuthi: “ ‘Ngokuzwa niyakuzwa, ningaze naqonda; ngokubona niyakubona, ningaze nabonisisa;


Yathi: “Hamba usho kulaba bantu ukuthi: “ ‘Yizwani, yizwani, kepha ningaqondi; bonani, bonani, kepha ningazi.’


ngenxa yokuba babezonda ukwazi, kabakhethanga ukwesaba uJehova,


Ngikhulumile kanye, angisayikuphendula, yebo, kabili, kepha angiqhubeki.”


UNkulunkulu wakhuluma ku-Israyeli ngemibono yasebusuku, wathi: “Jakobe, Jakobe!” Wathi: “Ngilapha.”


Ngomnyaka wokuqala kaBelishasari, inkosi yaseBabele, uDaniyeli wabona iphupho nemibono yekhanda lakhe embhedeni wakhe, waliloba iphupho, walanda inhloko yezindaba.


Ngokudlala kwemicabango ivuswe yimibono yasebusuku, lapho abantu sebehlelwe ngubuthongo obunzima,


Nomusa ungowakho, Nkosi; ngokuba wena umphindisela umuntu njengokwenza kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite