Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 32:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abakhulu abahlakaniphile, nabadala abaqondi ukwahlulela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Akusibo abadala abahlakaniphileyo, nabaqonda okulungile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abantu abakhulu abahlakaniphile ngaso sonke isikhathi, nabadala abakuqondi ukwahlulela.

Gade chapit la Kopi




UJobe 32:9
14 Referans Kwoze  

Uyasusa ulimi lwabathembekileyo, aphuce amalunga ukuqonda.


Ngalelo hora uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo nabanokuqonda, wakwambulela izingane;


Kungcono umfana ompofu ohlakaniphileyo kunenkosi egugileyo eyisiwula, engasakwazi ukuxwayiswa,


Ukhona yini ezikhulwini nakubaFarisi oke wakholwa nguye na?


Sengiyakuya kwabakhulu, ngikhulume nabo, ngokuba bona bayayazi indlela kaJehova nokwahlulela kukaNkulunkulu wabo;” kepha bona babelaphulile ijoka kanyekanye, bazigqabulile izibopho.


Ngathi: ‘Makukhulume izinsuku, ubuningi beminyaka bazise ukuhlakanipha.’


“Ngalokho ngithi: Ngizweni; nami ngiyakusho umqondo wami.


Inkosi yathi ezincekwini zayo: “Anazi yini ukuthi kufile umbusi nomuntu omkhulu kwa-Israyeli namuhla na?


Intambo yetende labo ayisishulwa yini phakathi kwabo, bafe bengazelele, na?’


Nginokuqonda kunabadala, ngokuba ngigcina iziyalezo zakho.


Ngeziyalezo zakho ngiyathola ukuqonda; ngalokho ngiyazonda zonke izindlela zamanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite