Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 32:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngathi: ‘Makukhulume izinsuku, ubuningi beminyaka bazise ukuhlakanipha.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngathi: ‘Makukhulume asebenezinsuku, abaneminyaka eminingi mabafundise ngokuhlakanipha.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngathi: Izinsuku mazikhulume, iminyaka eminingi iyakufundisa ukuhlakanipha.

Gade chapit la Kopi




UJobe 32:7
11 Referans Kwoze  

Ubumpunga bungumqhele wodumo; bufumaniswa endleleni yokulunga.


Ezimpungeni kukhona ukuhlakanipha, nasebudeni bezinsuku ukuqonda.


Ngokuba noma benifanele ukuba nibe ngabafundisi, uma kuya ngesikhathi, nisadinga futhi ukuba kube khona onifundisa iziqalo zezifundiso zamazwi kaNkulunkulu; senaba ngabadinga ubisi, kungesikho ukudla okuqinileyo.


Inkosi uRehobowamu yelulekana namalunga ayemile phambi kukaSolomoni uyise esekhona, yathi: “Nina ningeluleka ukubuyisela mpenduloni kulaba bantu na?”


Kithina kukhona izimpunga namakhehla amadala kunoyihlo.


Abakhulu abahlakaniphile, nabadala abaqondi ukwahlulela.


Nginokuqonda kunabadala, ngokuba ngigcina iziyalezo zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite