Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 32:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngokuba angikwazi ukuthopha; uma kunjalo, uMenzi wami angangisusa masinyane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 ngokuba angikwazi ukuthopha; kungenjalo, uMenzi wami angangibhubhisa masinyane.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokuba angikwazi ukubiza amagama athophayo; ukuze umenzi wami angisuse masinyane.

Gade chapit la Kopi




UJobe 32:22
10 Referans Kwoze  

Ngokuba asizange sibe namazwi okuthopha, njengokuba nazi; asizange futhi sibe nobuqili bokufisa, uNkulunkulu ungufakazi,


Ngokuba manje ngizincengela kubantu noma kuNkulunkulu na? Kukho, ngifuna ukuzikholekisa kubantu yini? Uma bengisazikholekisa kubantu, kungaba angisiyo inceku kaKristu.


Umuntu othopha umakhelwane wakhe wenekela izinyawo zakhe inetha.


Ochaka abangane bakhe ngenxa yesabelo, amehlo abantwana bakhe ayakufiphala.


‘Umuntu ulungile kunoNkulunkulu na? Umuntukazana uhlambulukile kunoMenzi na?


Mangingakhethi ubuso bamuntu, ngingathophi nobani.


“Kepha manje, Jobe mawuzwe amazwi ami,


Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho; okwaziwa yizindebe zami ziyakukhuluma ngesiminya.


Osola umuntu uyakuthola ngasemuva isisa kunothopha ngolimi lwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite