Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 32:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bhekani, ngilindele amazwi enu, ngabeka indlebe emiqondweni yenu, nisaphenya eniyakukusho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Bhekani, ngiwalalele amazwi enu, ngabeka indlebe ekuqondeni kwenu, lapho niphumputha eniyakukusho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bheka, ngiwalindile amazwi akho; Ngilalele izizathu zenu, ngenkathi nifuna ukuthi nithini.

Gade chapit la Kopi




UJobe 32:11
9 Referans Kwoze  

Isicebi sihlakaniphile emehlweni aso, kepha ompofu oqondileyo uyakusifica.


Ongowokuqala ecaleni lakhe usengathi ulungile, kepha umakhelwane wakhe ufika, amphenye.


U-Elihu wayelindele ukukhuluma kuJobe, ngokuba bona babebadala kunaye.


Bangilindela njengemvula; bangikhamisela imilomo yabo njengokukhamisela imvula yamuva.


“Abantu bangilalela belinda; bathula ngesiluleko sami.


Bheka, lokho sikuphenyile; kunjalo; kuzwe, uzazele khona.”


“Ngalokho ngithi: Ngizweni; nami ngiyakusho umqondo wami.


Nganilalela nina; bhekani, kwakungekho noyedwa owamahlula uJobe nowaphendula amazwi akhe phakathi kwenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite