Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “Odiniweyo unikelwani ukukhanya nabanomunyu emphefumulweni ukuphila;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 “Kungani ukukhanya kunikwa ososizini, nokuphila, kwabanomunyu emphefumulweni,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngakho-ke ososizini uyakuphiwa ukukhanya, nokuphila komunyu womphefumulo;

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:20
10 Referans Kwoze  

Ngaphumelani esiswini ukuba ngibone umshikashika nosizi, ukuze izinsuku zami ziphele ngamahloni na?


Mnike obhubhayo uphuzo olunamandla nomunyu enhliziyweni iwayini.


Umphefumulo wakhe wawunomunyu, wakhuleka kuJehova, wakhala kakhulu.


ukuba abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.


Yebo, sengathi uNkulunkulu angangichoboza, athukulule isandla sakhe, anginqume.


noma ngangingekho njengokuphuphumileyo okuthukusiweyo, njengezingane ezingazange zibone ukukhanya.


Wafika kumuntu kaNkulunkulu entabeni, wabamba izinyawo zakhe. UGehazi wasondela ukuba amxoshe, kepha umuntu kaNkulunkulu wathi: “Myeke, ngokuba inhliziyo yakhe imunyu phakathi kwakhe; uJehova ungifihlele lokho, kangitshelanga.”


uhlengile umphefumulo wami ukuba ungadluleli egodini; ngiyakubona ukukhanya ngiphila.’


Lapho nabancane nabakhulu bayafanana; isigqila sikhululekile enkosini yaso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite