Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 kanye namakhosi nabeluleki bomhlaba abazakhela izinqaba zamathuna,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 kanye namakhosi nabeluleki bomhlaba, labo abazakhela kabusha izindawo ezazicekelwe phansi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kanye namakhosi nabeluleki bomhlaba abazakhela izindawo eziyincithakalo;

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:14
17 Referans Kwoze  

Wahlala emizini ebiyakuchithwa, nasezindlini ebezingahlalwa, ezaziyakuba ngamanxiwa nje.


ngiyakukwehlisa nabehlela egodini, kubantu basendulo, ngikuhlalise ekujuleni komhlaba kanye nabehlela egodini njengasezindaweni ezichithekileyo kwasendulo, ukuze ungahlalwa, ngisabeka udumo ezweni labaphilayo.


Abavela kuwe bayakwakha izincithakalo ezindala, ubuye wakhe izisekelo zezizukulwane ezidlulileyo, ubizwe ngokuthi uMvalisikhala noMlungisi wemikhondo ukuba kuhlalwe khona.


Wo kubona abahlanganisa indlu nendlu, besondeza insimu nensimu, kuze kungabe kusaba khona indawo, kwakhe nina nodwa emhlabeni!


Akukho muntu onamandla phezu komoya ukuba awuthiye, futhi akakho obusa phezu kosuku lokufa; ukukhululwa akukho empini, nobubi abunakukhulula umninibo.


Ngubani oyakuphila engayikubona ukufa, akhulule umphefumulo wakhe emandleni endawo yabafileyo, na? Sela*


Baqhutshelwa endaweni yabafileyo njengezimvu; ukufa kuyakubalusa, abaqotho babuse phezu kwabo ngakusasa, isimo sabo siqedwe yindawo yabafileyo, bangabe besaba nandlu.


Ngokuba ngiyazi ukuthi ungiyisa ekufeni nasendlini yokubuthana kwabaphilayo bonke.


Umukisa abaluleki bephangiwe; uyenza abahluleli babe yiziwula.


USolomoni wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide uyise; uRehobowamu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UDavide wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide.


Uthukulula izibopho zamakhosi, awabophe ezinkalweni ngamaketanga.


Onke amakhosi ezizwe, onke alala ngodumo, yileyo naleyo endlini yayo.


‘Wenzani lapha, futhi unobani lapha ukuba uziqophele lapha ithuna na? Uziqophela ithuna lakhe phezulu, uzikipilitela indawo yokuhlala edwaleni!’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite