Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Angifanga ngani esizalweni na? Angibhubhanga ngani ekuphumeni kwami esiswini na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 “Kungani ngingafelanga esiswini na? Angibhubhanga ngani lapho ngiphuma esizalweni na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kungani ngingafanga esizalweni sikanina? kungani ngingawulahlanga umoya ngiphuma esiswini?

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:11
15 Referans Kwoze  

“Ngilalele wena ndlu kaJakobe, yonke insali yendlu yakwa-Israyeli engiyithwesiweyo kwasesiswini, yabekwa phezu kwami kwasesizalweni.


“Banike, Jehova uyakunikani? Banike isisu esiphuphumayo namabele omileyo.


Maye kimina, mame, ukuthi ungizalile, ngibe ngumuntu wokuphikisana nokuxabana emhlabeni wonke! Angibizanga inzalo, futhi akubizwanga inzalo kimi, nokho bayangiqalekisa bonke.


Ngencike kuwe kwasesiswini; nguwe owangikhipha ezibilinini zikamame; ukudumisa kwami kuyakuba ngawe njalo.


Mababe njengomnenke oncibilika, uphele, njengokuphuphume kowesifazane okungalibonanga ilanga.


ngokuba abuvalanga izivalo zesizalo sikamame, abufihlanga ukuhlupheka emehlweni ami.


Amadolo angamukeleleni, namabele ukuba ngincele, na?


Ngase ngibusisa abafileyo asebafa kunabaphilayo abasekhona,


kepha badlulwa bobabili nguye ongakabikho, ongabonanga umsebenzi omubi owenziwa phansi kwelanga.


ngokuba akangibulalanga esiswini, umame waze waba yithuna lami, nesisu sakhe saba sikhulelwe njalo.


Uma umuntu ezala abantwana abayikhulu, ehamba iminyaka eminingi, zibe ziningi izinsuku zeminyaka yakhe, kodwa umphefumulo wakhe ungasuthi ngokuhle, futhi angabi nakumbelwa, ngithi okuphuphumileyo kungcono kunaye,


Nelanga akulibonanga, akwazi lutho; khona kunokuphumula kunaye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite