Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 29:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 izikhulu zayeka ukukhuluma, zabeka izandla emilonyeni yazo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 izikhulu ziyeke ukukhuluma, zibeke izandla zazo emilonyeni,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izikhulu zenqaba ukukhuluma, zabeka izandla zazo emlonyeni wazo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 29:9
10 Referans Kwoze  

Ngibukeni, nimangale, nibeke izandla emilonyeni yenu.


Niyakwazi lokho, bazalwane bami abathandekayo. Yilowo nalowo muntu makasheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze ukuthukuthela;


“Uma wenzile ubuwula ngokuziphakamisa, wacabanga okubi, beka isandla emlonyeni wakho.


Lapho amazwi emaningi khona, akuphuthi ukuphambeka; obamba umlomo wakhe uhlakaniphile.


“Bheka, angiyinto yalutho; ngingakuphendula ngokuthini na? Ngibeka isandla sami emlonyeni wami.


“Ngalokho nami angiyikubamba umlomo wami; ngiyakukhuluma osizini lomoya wami, ngikhale ngomunyu womphefumulo wami.


“Uma kulingwa ukukhulunywa kuwe, uyakukhathazeka na? Kepha ngubani ongazibamba, angakhulumi, na?


Bathi kuye: “Thula, ubeke isandla sakho emlonyeni wakho, uhambe nathi, ube ngubaba nompristi wethu; kuhle yini ukuba ube ngumpristi wendlu yomuntu munye kunokuba ube ngumpristi wesizwe nomndeni kwa-Israyeli na?”


izinsizwa zangibona, zacasha, nezimpunga zasuka zema,


“Abantu bangilalela belinda; bathula ngesiluleko sami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite