Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 29:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 lapho izinyathelo zami zagezwa ngamangqanga, nedwala elalingakimi langithelela imifula yamafutha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 lapho izinyathelo zami zazigezwa ezaqheqheni, nedwala elaliseduze kwami lalingithelela imifula yamafutha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Lapho ngigeza izinyathelo zami ngebhotela, nedwala langithululela imifula yamafutha;

Gade chapit la Kopi




UJobe 29:6
7 Referans Kwoze  

Ubeyakubapha ukolweni omuhle; yebo, bengiyakubasuthisa ngezinyosi zasesiweni.”


Akayikubuka imifula, iminonjana nemifudlana yezinyosi namangqanga.


Ngo-Asheri wathi: “U-Asheri makabusiswe phezu kwabantwana, amukeleke kubafowabo, acwilise unyawo lwakhe emafutheni.


Ubopha ithole lembongolo yakhe emvinini, ithole lembongolokazi yakhe emvinini omuhle; uhlanza izingubo zakhe ewayinini, nezambatho zakhe egazini lezithelo zomvini.


lapho uSomandla wabe esenami, nabantwana bami babe besangizungeza;


Wawusuhlotshisiwe ngegolide nangesiliva, isambatho sakho sasiyilineni elicolekileyo, nosilika*, nemifekethiso; wadla impuphu ecolekileyo, nezinyosi, namafutha; wawumuhle kakhulu impela, wahlahlamela, waze wathola ubukhosikazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite