Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 29:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba ngakhulula abampofu abakhalayo kanye nentandane engenamsizi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 ngokuba ngakhulula abampofu abakhalayo, nezintandane ezingenamsizi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngoba ngasindisa abampofu ababekhala, nezintandane nabangenalutho lokumsiza.

Gade chapit la Kopi




UJobe 29:12
20 Referans Kwoze  

Ngokuba iyakukhulula ompofu ozikhalela kuyo, nohluphekayo ongenamsizi.


Ovala indlebe yakhe ngokukhala kompofu naye uyakukhala angaphendulwa.


Ukukhonza okumhlophe okungenabala phambi kukaNkulunkulu uBaba yilokhu ukuhambela izintandane nabafelokazi osizini lwabo nokuzigcina kungabi yicala lokwezwe.


uyise wezintandane, umahluleli wabafelokazi, uNkulunkulu endlini yakhe engcwele,


Uyenza ukwahlulela kwezintandane nokomfelokazi, uyathanda umfokazi ngokumnika ukudla nezingubo.


Wahlulela abaswelayo nabampofu, kwaba kuhle; angithi lokhu kungukungazi mina na?” usho uJehova.


uma ngiphakamisele intandane isandla sami, ngokuba ngabona usizo lwami esangweni,


ngadla ucezu lwami lwesinkwa ngingedwa, ingaludlanga nentandane


Bafuzula abaswelayo endleleni; abampofu bomhlaba bacasha ndawonye.


Intandane ihlwithwa ebeleni, nengane yompofu ithathwa ibe yisibambiso,


baze benza ukuba ukukhala kwabampofu kufike kuye, wezwa ukukhala kwabahluphekayo.


Ngibalwa kanye nabashona emgodini, nginjengomuntu ofileyo.


“Sivulele isimungulu umlomo wakho, umele bonke abantwana abayizintandane.


Angimkhalelanga yini ozinsuku zakhe zazilukhuni na? Umphefumulo wami awuhawukelanga abampofu na?


hhayi, ikhulele kimi kwasebusheni bami njengakuyise; kwasesizalweni sikamame ngangingumholi wabafelokazi


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite