Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 29:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Lapho indlebe yangizwa, yangibusisa, nalapho iso langibona, langifakazela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Indlebe engizwayo, yayithi ngibusisiwe, neso elingibonayo lingifakazela,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Lapho indlebe ingizwa, yangibusisa; lapho ilihlo lingibona, lafakaza kimi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 29:11
7 Referans Kwoze  

Bonke bamfakazela bemangala ngamazwi omusa aphuma emlonyeni wakhe, bathi: “Lo akasiyo indodana kaJosefa na?”


Abantu bayathokoza ngokwanda kwabalungileyo, kepha ngokubusa kwababi abantu bayabubula.


uma ukhalo lwakhe lungangibusisanga, uma engafudunyezwanga nguboya bezimvu zami;


Kwathi esakhuluma lokhu, owesifazane othile esixukwini waphakamisa izwi, wathi kuye: “Sibusisiwe isisu esakuthwalayo namabele owawancelayo.”


Bheka, uqondisile abaningi; uqinisile izandla ezibuthakathaka.


Amazwi akho amisile okhubekayo; usimamisile amadolo athuthumelayo.


Kanjalo obamukele amabili wazuza amanye amabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite