Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 28:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UNkulunkulu uyaqonda indlela yakho; yena uyazi indawo yakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 UNkulunkulu uyayiqonda indlela yakho, uyayazi indawo yakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 UNkulunkulu uyayazi indlela yabo, futhi uyayazi indawo yabo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 28:23
15 Referans Kwoze  

Kepha ngaye nikuJesu Kristu owenzelwe thina ukuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu nokulunga kanye nokungcweliswa nokuhlengwa,


kuye uNkulunkulu oyedwa, uMsindisi wethu ngaye uJesu Kristu iNkosi yethu, makube ngukukhazimula, nobukhosi, namandla, negunya, kungakabikho izikhathi, namanje nakuze kube phakade. Amen.


Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izahlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!


Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha; emlonyeni wakhe kuphuma ukwazi nokuqonda.


okwaziwa kwaphakade.


“Konke ngikunikelwe nguBaba; akakho owazi iNdodana, kuphela uYise; akakho futhi owazi uYise, kuphela iNdodana nalowo iNdodana ethanda ukumambulela yena.


Kimina kukhona ukululeka nempumelelo; ngingukuqonda, nginamandla.


INkosi yethu inkulu, makhulu amandla ayo; ukuqonda kwakhe akunakulinganiswa.


Umthetho kaJehova uphelele, uvusa umphefumulo; ukufakaza kukaJehova kuqinisile, kuhlakaniphisa oyisiwula.


Ehlakaniphile enhliziyweni, eqinile emandleni, ngubani oziqinisele kuye, waphumelela,


“Kepha ukuhlakanipha kufumanisekaphi? Iphi indawo yokuqonda na?


“Ukuhlakanipha kuvelaphi na? Indawo yokuqonda iphi na?


Okude nokujulile kakhulu, ngubani ongakufumana na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite