Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 28:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Uyavimba imifula ukuba ingaconsi; imfihlakalo uyayikhiphela ekukhanyeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Uvimba imifula ingaconsi, akukhiphele ekukhanyeni okufihlakeleyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Uyabopha imifula ukuze ingachichima; futhi okufihliweyo uyakuveza obala.

Gade chapit la Kopi




UJobe 28:11
7 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ingakafiki iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihlakeleyo kobumnyama, iveze obala izizindlo zezinhliziyo; lapho-ke yilowo nalowo uyakuthola ukubongwa kuNkulunkulu.


oshoyo kuwo umsinga ukuthi: ‘Yisha, ngiyakomisa imifula yakho;’


Ngemba, ngaphuza amanzi; ngomisa ngamathe onyawo lwami yonke imifula yaseGibithe.’


Ubopha amanzi emafwini akhe; ifu alidabuki phansi kwawo.


Uqhekeza imihohoba emadwaleni; iso lakhe liyabona konke okuyigugu.


“Kepha ukuhlakanipha kufumanisekaphi? Iphi indawo yokuqonda na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite