Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 27:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngibambelela ekulungeni kwami, angikuyeki; inhliziyo yami ayisoli nowodwa wemihla yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngibambelele ekulungeni kwami, angisoze ngakuyeka, inhliziyo yami ayizenyezi nangolulodwa lwemihla yami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngiyakubamba ukulunga kwami, angikuyeke; inhliziyo yami ayiyikungithuka zonke izinsuku zami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 27:6
16 Referans Kwoze  

Wayesethi uJehova kuSathane: “Inhliziyo yakho iyiqaphele inceku yami uJobe na? Ngokuba akakho onjengaye emhlabeni, umuntu ongenasici nolungileyo, omesaba uNkulunkulu, obalekela okubi; usabambelela ekupheleleni kwakhe, noma ungivusele ukumchitha engenacala.”


Kulokhu nami ngiyazama ukuba njalo ngibe nonembeza ongenacala phambi kukaNkulunkulu nabantu.


Sengize ngaba yisiwula; nina ningiphoqile. Ngokuba mina kwakufanele ukuba nginconywe yinina. Ngokuba angisilele ngalutho kubaphostoli abaqhamileyo kakhulu, noma ngingento yalutho.


Bambelela ekulayweni, ungakuyeki; kulonde, ngokuba kungukuphila kwakho.


Ake niphenduke, kungabikho ukungalungi, nibuye niphenduke; indaba yami ilungile.


Bhekani-ke, sengilungisile ukwahlulelwa kwami; ngiyazi ukuthi ngiyakuthethwa mina.


“Isitha sami masibe njengomubi, nongisukelayo njengowonileyo.


Ngembatha ukulunga, kwaba yisambatho kimi; ukwahlulelwa kwami kwakunjengengubo nomqhele kimi.


mangilinganiswe ngesilinganiso esilungileyo, ukuze uNkulunkulu azi ukuphelela kwami.


Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe.


Lwase luvutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarakeli, umBuzi womndeni kaRamu; ulaka lwakhe lwavuthela uJobe, ngokuba wazithetha yena kunoNkulunkulu.


Imbala uyachitha ukwahlulela kwami, ungilahle ukuba ube ngolungileyo, na?


Kepha olungileyo ubambelela endleleni yakhe; onezandla ezihlanzekileyo ude eqina njalo.


Uma izinyathelo zami zichezukile endleleni, inhliziyo yami yalandela amehlo ami, uma kunamathela isisihla ezandleni zami,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite