Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 27:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Lokhu kuyisabelo somuntu omubi kuNkulunkulu, nefa lezidlwangudlwangu ezilamukela kuSomandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 “Lokhu kuyisabelo somuntu oyisikhohlakali kuNkulunkulu, nefa lezidlova ezilabelwa nguSomandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Lesi yisabelo sababi kuNkulunkulu nefa labacindezeli abayolithola kuSomandla.

Gade chapit la Kopi




UJobe 27:13
13 Referans Kwoze  

Maye komubi! Kuyakuba kubi kuye, ngokuba uyakubuyiselwa izenzo zezandla zakhe.


iNkosi iyakwazi ukuhlangulisa ekulingweni abamesabayo uNkulunkulu, kepha abangalungile iyabagcinela usuku lokwahlulelwa, bajeziswe,


“Ngiyakusondela kini ukwahlulela, ngibe ngufakazi osheshayo ngabalumbi, nangeziphingi, nangabafunga amanga, nangabacindezela abaqashwa ngenkokhelo yabo, nabafelokazi, nezintandane, nabachezukisa abafokazi, bengangesabi mina,” usho uJehova Sebawoti.


kodwa akuyikuba kuhle kwababi, nemihla yabo ayiyikwandiswa njengesithunzi, lokhu abesabi phambi kukaNkulunkulu.


“Ngenxa yokubandezeka kwabahluphekileyo nangokububula kwabampofu ngizakuvuka kalokhu,” usho uJehova, “ngimbeke ekusindisweni akulangazelelayo.”


Unisa izihibe phezu kwababi; umlilo nesibabule nomoya oshisayo kuyisabelo sendebe yabo.


Akusikho ukubhubha kwabangalungile nengozi kwabenza okubi na?


Bhekani, nina nonke nikubonile; kungani ukuba nizenze ize na?


Ngokuba siyini isabelo ebesiyakuvela kuNkulunkulu phezulu, nefa likaSomandla ebeliyakuvela ekuphakameni, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite