Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 26:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Uyasibekela ubuso besihlalo sakhe sobukhosi; uyeneka ifu lakhe phezu kwaso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Usibekela ubuso besihlalo sakhe sobukhosi, aneke ifu lakhe phezu kwaso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ubamba ubuso besihlalo sakhe sobukhosi futhi wendlala ifu lakhe phezu kwaso.

Gade chapit la Kopi




UJobe 26:9
9 Referans Kwoze  

Amafu nobumnyama kuyamphahla; ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.


Amafu ayamsibekela ukuze angaboni; uyahamba esiyingelezini sezulu.’


Khona wakhuluma uSolomoni, wathi: “UJehova ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.


Akuyikukhuphuka muntu nawe, kungabonakali muntu entabeni yonke, futhi kungaklabi zimvu nazinkomo ngaphambi kwaleyo ntaba.”


Abantu bema kude; uMose wasondela ebumnyameni obunzima, lapho ekhona uNkulunkulu.


yena yedwa onokungafi, ehlala ekukhanyeni okungenakusondelwa kukho, ongazange abonwe muntu, nongebonwe; makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.


Wendlala ifu lokubasibekela, nomlilo wokukhanyisa ebusuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite