Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 26:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Umlulekile kanjani ongenakuhlakanipha! Umemezile kangakanani ukuqonda!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Umeluleke kanjani ongahlakaniphile na? Wamnika izeluleko ezinhle kangakanani ongenakuqonda na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wameluleka kanjani ongenakuhlakanipha na? Uyimemezele kanjani into ngobuningi njengoba injalo na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 26:3
17 Referans Kwoze  

Ngokuba angigwemanga ukunitshela lonke icebo likaNkulunkulu.


nokuthi angigwemanga ukunitshela okusizayo nokunifundisa phambi kwabantu nakuzo izindlu ngezindlu,


“Ngubani lo owenza mnyama isiluleko ngamazwi angenalwazi na?


Uma ungenawo, ngilalele wena; thula, ngiyakukufundisa ukuhlakanipha.”


Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho; okwaziwa yizindebe zami ziyakukhuluma ngesiminya.


Nokho buyani nonke phela, nize; kodwa angiyikuthola phakathi kwenu ohlakaniphileyo.


Sengathi ningathula nokuthula, lokho kube ngukuhlakanipha kini.


Kodwa nami nginengqondo njengani, angahlulwa yinina; ngubani ongazazi izinto ezinje na?


Akusikho yini ukuthi alukho usizo kimi; ukusindiswa kususwa kimi.


“Usizile kanjani ongenamandla! Usindisile kanjani ingalo engenamandla?


Utshelwe ngubani lawo mazwi, nomoya kabani waphuma kuwe, na?


“Impela yinina eningabantu; ukuhlakanipha kuyakufa nani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite