Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 26:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Uyingiliza ngomudwa phezu kobuso bamanzi, kuze kuphele ukukhanya ebumnyameni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Udweba isiyingelezi phezu kwamanzi, sibe ngumngcele phakathi kokukhanya nobumnyama.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wahaqa amanzi ngemingcele, kwaze kwaphela imini nobusuku.

Gade chapit la Kopi




UJobe 26:10
13 Referans Kwoze  

lapho emisela ulwandle umncele, ukuze amanzi angeqi izwi lakhe, nalapho emisa izisekelo zomhlaba,


Aningesabi yini,” usho uJehova, “anithuthumeli phambi kwami, mina engibeke isihlabathi sibe ngumkhawulo wolwandle, umncele ophakade olungenakudlula kuwo, na? Noma lugubha, alunakuwahlula; noma luduma, alunakudlula kuwo.


Ubuthela ndawonye amanzi olwandle njengenqwaba; uwabeka ajulileyo ezinqolobaneni.


Umhlaba usekhona, ukutshala nokuvuna, amakhaza nokufudumala, ihlobo nobusika, imini nobusuku akuyikunqamuka.”


Izinsika zezulu ziyathuthumela; ziyethuswa ngokukhuza kwakhe.


UJehova wayesemphendula uJobe esesikhwishikhwishini, ethi:


“Iphi indlela eya lapho kuhlala khona ukukhanya, nobumnyama-ke, iphi indawo yabo,


ukuze ukuyise emkhawulweni wakho, uqonde imikhondo yendlu yakho, na?


Iphi indlela eya lapho ukukhanya kwahlukaniselwa khona, nalapho umoya wasempumalanga uhlakazekela khona emhlabeni, na?


Ekulungiseni kwakhe izulu ngangikhona, nasekudwebeni kwakhe umkhathi ebusweni botwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite