Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 24:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Bayaphakanyiswa; emva kwesikhashana abasekho; bayaphela njengabanye, bafe; babuna njengezihloko zezikhwebu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Bayaphakanyiswa okwesikhashana, babuye bashabalale; bayabuna, banqunywe njengamazimba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Baphakanyiswa okwesikhatshana, kodwa sebehambile, bathotshiswa; bayasuswa endleleni njengabo bonke abanye banqunywe njengeziqongo zemithambo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 24:24
13 Referans Kwoze  

Kuse ngumzuzwana, omubi angabe esabakho; kuyakuthi lapho uhlola indawo yakhe, uyakube engasekho.


Ngokuba ilanga liphuma libalele, libunisa utshani, imbali yabo iwele phansi, nobuhle besimo sabo bunyamalale; kanjalo nesicebi siyakudlula ezindleleni zaso.


Noma ababi behluma njengotshani, nezigangi noma ziqhakaza zonke, kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.


Maye, bachithwa ngokuphazima kweso! Bashona, babhubha benovalo.


ukuthi ukujabula kwababi kufushane, nokuthokoza kwabangenaNkulunkulu kungokokuphazima kweso nje, na?


Amadodana akhe ayadunyiswa, engazi yena; ayeyiswa, engakuqondi.


Abakuzondayo bayakwembeswa amahloni; itende lababi aliyobe lisabakho.”


Amagabade asesigodini ayakuba mnandi kuye; bonke abantu bayakudonswa emva kwakhe, njengokuba bengenakubalwa nababe phambi kwakhe.


Baqeda imihla yabo ngokuhle, behlela endaweni yabafileyo ngokuthula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite