Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 23:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 ngilungise ukwahlulelwa kwami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngezimpendulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Bengiyakulwethula udaba lwami phambi kwakhe, umlomo wami ngiwugcwalise ngamazwi empikiswano.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngangizamela indaba yami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngezimpikiswano.

Gade chapit la Kopi




UJobe 23:4
15 Referans Kwoze  

Bhekani-ke, sengilungisile ukwahlulelwa kwami; ngiyazi ukuthi ngiyakuthethwa mina.


Ngikhumbuze, masahlulelane; yisho wena ukuba ulungisiwe.


Ngahlulele, Nkulunkulu ungimele endabeni yami esizweni esingenamusa, ngikhulule kumuntu wenkohliso nongenakulunga.


Ngenxa yegama lakho, Jehova, ngithethelele ukona kwami, ngokuba kukhulu.


Sifundise ukuthi siyakuthini kuye; asinakuhlela indaba yethu ngenxa yobumnyama.


Wathi wena: ‘Impela ngiyakukwenzela okuhle, ngenze inzalo yakho ibe ngangesihlabathi solwandle esingebalwe ngobuningi.’ ”


Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla; ngifuna ukuphikisana noNkulunkulu.


Sengathi ngingazi ukuthi ngiyakumtholaphi, ngize ngifike endlini yakhe,


Bengiyakuwazi amazwi abeyakungiphendula ngawo, ngiqonde ukuthi ubeyakuthini kimi.


“Osolayo uyakuphikisana noSomandla na? Omkhuza uNkulunkulu makaphendule.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite