Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Kungokumesaba kwakho akusolayo, angene nawe ekwahlulelweni, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 “Ngabe ukusola ngenxa yokumesaba kwakho yini, aze angene nawe ekwehlulelweni na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ingabe uyokukhuza ngokwesaba ngenxa yakho? Uyakuya nawe ekwahlulelweni na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:4
17 Referans Kwoze  

Konje uvulela onjalo amehlo akho, ungingenise ekwahluleweni nawe, na?


Ungangeni ekwahluleleni nenceku yakho, ngokuba akukho muntu okhona olungile emehlweni akho.


“Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibalaye; ngakho-ke shisekela uphenduke.


Ushiswe ngumlilo, unqunyiwe; bayakubhubha ngokukhuza kobuso bakho.


Ngokusola kwakho, Nkulunkulu kaJakobe, kwehlelwa ngubuthongo inqola kanye nehhashi.


Nxa ulaya umuntu ngesijeziso ngenxa yeziphambeko, ubuhle bakhe ubenza buphele njengenundu; yilowo nalowo muntu ungumoya nje. Sela*


Ngokuba akadingi ukuba abelokhu ebheka umuntu ukuba aye kuNkulunkulu ukwahlulelwa.


yesabani inkemba, ngokuba ulaka lungolwezono ezifanele inkemba, ukuze nazi ukuthi ukwahlulelwa kukhona.”


ukuba amphikele umuntu kuNkulunkulu nendodana yomuntu kumakhelwane wayo.


Ngokuba akasiye umuntu onjengami ukuba ngingase ngimphendule, siye kanyekanye ekwahlulelweni.


Uma kuyindaba yamandla, nangu onawo; uma yindaba yokwahlulela, ngubani ongimemayo na?


Ngilulwandle yini, ngingumkhomo yini, ukuze ungibekele abalindi?


Ngokuba uNkulunkulu uyakuyisa uyakuyisa yonke imisebenzi ekwahlulelweni kanye nakho konke okufihliweyo, noma kuhle noma kubi.


Kuyintokozo yini kuSomandla, uma ulungile, kuyinzuzo kuye, uma wenza izindlela zakho ziphelele, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite