Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 ngokuba lapho uyakuthokoza ngoSomandla, uphakamisele kuNkulunkulu ubuso bakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Ngalokho uyothokoza ngoSomandla, ubuso bakho ubuphakamisele kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngokuba lapho uyakuphakamisela injabulo yakho kuSomandla nobuso bakho kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:26
16 Referans Kwoze  

khona uyakuzijabulisa kuJehova, ngikukhweze ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba, ngikuphe ukuba ulidle ifa likaJakobe uyihlo,” ngokuba umlomo kaJehova ukukhulumile.


zithokozise ngoJehova, yikhona ezakukunika okufiswa yinhliziyo yakho.


Uyakuthokoza ngoSomandla, ambize uNkulunkulu ngezikhathi zonke, na?


khona uyakuphakamisa ubuso bakho ungenamahloni, uqine, ungesabi.


ngokuba ngiwenamela umthetho kaNkulunkulu ngokomuntu ongaphakathi,


Thokozisa umphefumulo wenceku yakho, ngokuba kuwena, Nkosi, ngiyawuphakamisela umphefumulo wami.


Njengomapula* phakathi kwemithi yasehlathini, unjalo othandiweyo wami phakathi kwamadodana. Ngahlala phansi emthunzini wakhe ngokwenama okukhulu, nesithelo sakhe sasimnandi emlonyeni wami.


Ngizwise umusa wakho ekuseni, ngokuba ngiyethemba kuwe; ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo, ngokuba ngiphakamisela kuwe umphefumulo wami.


Ngokuba uthi: ‘Akunalusizo kumuntu ukuba azane noNkulunkulu.’


Jehova, ngiphakamisela kuwena umphefumulo wami.


nesikucelayo siyakukwamukeliswa nguye, ngokuba sigcina imiyalo yakhe, senza okuthandekayo ebusweni bakhe.


Ukuphila kwakho kuyakusa kunemini; noma kuhlwa, kuyakuba njengokusa nje.


USomandla uyakuba yigugu lakho, nesiliva elikhazimulayo kuwe,


khona uyakunxusa uNkulunkulu ukuba abe nomusa kuye, abone ubuso bakhe ngokujabula, abesebuyisela kumuntu ukulunga kwakhe.


Khona angiyikujabha; ngiyakuhlonipha iziyalezo zonke zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite