Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha nguye owayegcwalisa izindlu zabo ngokuhle. Amasu ababi akude nami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Kepha nguye owagcwalisa izindlu zazo ngokuhle. Amasu ezikhohlakali akude nami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kodwa wagcwalisa izindlu zabo ngezinto ezinhle, kodwa iseluleko sababi sikhatshana lami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:18
9 Referans Kwoze  

Bhekani, inhlanhla yabo ayisesandleni sabo; icebo lababi malibe kude nami.


Amatende abacindezelayo anokuthula; abathukuthelisayo uNkulunkulu bayalondeka, abaletha unkulunkulu wabo ngezandla zabo.


Nokho akayekanga ukuzifakazela ngokwenza okuhle, waninika imvula yasezulwini nezikhathi zenala, egcwalisa izinhliziyo zenu ngokuhle nangokujabula.”


UJehova uyaphofisa, abesecebisa; uyathobisa, abesephakamisa.


Ubatshalile, futhi bagxilile; bayakhula, bathela izithelo; useduze nomlomo wabo, kepha ukude nezinhliziyo zabo.


nakubantu ngesandla sakho, Jehova, abantu baleli zwe abasabelo sabo sikulokhu kuphila, nabasisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho, nabashiyela izingane zabo okusele kubo.


Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali enkundleni yabaklolodayo,


“ ‘Emva kwalokho ngiyakubuya, ngiyakhe futhi indlu kaDavide ewileyo, ngibuye ngakhe okudilikileyo kwayo, ngiyimise,


Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, ukhanye phezu kwamasu ababi, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite