Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngalokho izingibe ziyakuhaqa; uvalo oluzumayo luyakwethusa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ngakho-ke uzohaqwa yizingibe; wethuswe wuvalo oluzumayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngakho-ke izingibe zikuhanqile, uvalo oluzumayo luyakwethusa;

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:10
12 Referans Kwoze  

masingasondeli kimi isandla sakho, ngingethuswa yingebhe ngawe.


Ngokuba imicibisholo kaSomandla ikimi; isihlungu sayo siphuzwa ngumoya wami; izesabiso zikaNkulunkulu ziyangehlela.


Nxa bethi: “Ngukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyabazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo, abasoze baphunyuka.


lapho kufika njengesivunguvungu lokho enikwesabayo, nengozi yenu iza njengesikhwishikhwishi, lapho nehlelwa ngukuhlupheka nosizi.


Unisa izihibe phezu kwababi; umlilo nesibabule nomoya oshisayo kuyisabelo sendebe yabo.


yazini-ke ukuthi uNkulunkulu ungihlanekezele, ungihaqe ngenetha.


abakuvuna kwabo kudliwa ngabalambileyo, bakukhipha nasemeveni; abanxanelayo basezela impahla yabo.


Izwi lengebhe lisezindlebeni zakhe; lapho ehlezi kahle, uyakufikelwa ngumphangi.


Kepha ugcwele ukwahlulelwa kwababi; ukwahlulela nokulunga kuyakubamba.


Ingebhe iyakumethusa nxazonke; iyamzingela ezinyathelweni zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite