Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 21:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Baqeda imihla yabo ngokuhle, behlela endaweni yabafileyo ngokuthula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ziphetha imihla yazo ngokuhle, zehlela endaweni yabafileyo ngokuthula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.

Gade chapit la Kopi




UJobe 21:13
13 Referans Kwoze  

Uma belalela, bamkhonze, bayakuqeda imihla yabo ebuhleni neminyaka yabo kukho okumnandi.


Ngokuba abanabuhlungu kuze kube sekufeni kwabo, namandla abo aqinile.


Kweza malungana neGibeya abantu abayizinkulungwane eziyishumi abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli; ukulwa kwakunzima, kepha babengazi ukuthi ingozi isifikile kubo.


Ngokuba kalokhu ngakube ngilele, ngithule; khona ngakube ngilele ubuthongo nginokuphumula


Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu,* bathokoza ngezwi lomtshingo.


“Omunye ufa esemi kahle kukho konke, ezinzile, enokuthula.


Yizo ezahlwitha kungakabi yisikhathi, ezisisekelo sazo sathululwa njengomfula,


Ukoma nokushisa kuyaqeda amanzi eqhwa; kanjalo indawo yabafileyo labo abonileyo.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Bayaphakanyiswa; emva kwesikhashana abasekho; bayaphela njengabanye, bafe; babuna njengezihloko zezikhwebu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite