Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 21:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu,* bathokoza ngezwi lomtshingo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu, bathokoza ngomsindo womtshingo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Bathatha ithamborini nehange bajabula ngokuzwakala kwesitho.

Gade chapit la Kopi




UJobe 21:12
8 Referans Kwoze  

Ihabu* nogubhu, isigubhu negenkle, newayini kukhona emadilini abo, kepha abanakekeli imisebenzi kaJehova, nezenzo zezandla zakhe abaziboni.


Igama lomfowabo lalinguJubale; yena waba nguyise wabo bonke ababetha ihabhu* nomtshingo.


kepha bheka, nakhu ukujabula, nokuthokoza, nokubulala izinkabi, nokuhlaba izimvu, ukudla inyama nokuphuza iwayini, ngokuthi: “Masidle, siphuze, ngokuba ngomuso sizakufa.”


Ubalekeleni ngasese na? Wanginyenyelelani ungangitshelanga ukuba ngabe ngikuvalelise ngokwenama nangezihlabelelo, ngesigubhu nangehabhu,* na?


Bakhipha izingane zabo njengomhlambi; abantwana babo bayagida.


Baqeda imihla yabo ngokuhle, behlela endaweni yabafileyo ngokuthula.


Mdumiseni ngesigubhu nokusina, nimdumise ngezingubhu ezinezintambo eziyishumi nemitshingo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite