Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngiyezwa insolo engihlazisayo, kepha umoya wasengqondweni yami uyangiphendula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Sengizizwile izinsolo zakho ezingithunazayo, kodwa manje umoya wami wokuqonda ungenza ngiphendule.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngikuzwile ukuthukwa kwami, nomoya wokuqonda kwami wangiphendula.

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:3
7 Referans Kwoze  

Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho; okwaziwa yizindebe zami ziyakukhuluma ngesiminya.


Umlomo wami uzakukhuluma ukuhlakanipha, ukuzindla kwenhliziyo yami kuzakuba ngokokuqonda.


“Ngiyakunifundisa ngesandla sikaNkulunkulu; okukuSomandla angiyikukufihla.


“Ngalokho imicabango yami iyangiphendula ngenxa yokushesha okuphakathi kwami.


yesabani inkemba, ngokuba ulaka lungolwezono ezifanele inkemba, ukuze nazi ukuthi ukwahlulelwa kukhona.”


Seningihlazisile kayishumi; aninamahloni okuthi ningiphathe kabi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite